Kushone umndeni engozini ePitoli

2011-09-15 07:23
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Kushone umndeni wamalungu amane, okubalwa nezingane ezimbili ezincane, ngesikhathi imoto abebehamba ngayo itholana phezulu nebhasi kuMoloto Road, ePitoli ngoLwesine, kusho abezimo eziphuthumayo eGauteng.

Okhulumela abakwa-ER24 uDerrick Banks uthe kulimale umgibeli wesifazane obesebhasini kabi njengoba ibhasi limphalazile ngesikhathi kwehla le ngozi.

"Izingane zingaphansi kweminyaka engu-8 ubudala. Lokhu kusenza siluqale kabi usuku," esho.

Abagibeli bebhasi abangu-31 baphuthunyiswe esibhedlela ngenxa yokuthola imihuzukwana.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-19°C More sun than clouds. Mild. Pta: 9-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-18°C Sunny. Mild. Bloem: 4-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 13-26°C Sunny. Mild. PE: 16-21°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...