Kushone umfundi engozini yemoto

2012-02-22 13:03

Mthatha – Kushone umfundi, kwalimala abanye abangu-11 ezingozini ezimbili ezenzeke ngaseMthatha e-Eastern Cape ngoLwesithathu, kusho i-Arrive Alive.

Umfundi oshonile ushayiswe yimoto emgwaqeni uR61 ngaseMthatha, kusho okhulumela i-Arrive Alive, uTshepo Machaea.

Engozini yesibili eyenzeke emgwaqeni uN2 phakathi kwaseMthatha nakuQumbu, kugingqike iveni ebiphethe izingane zesikole.

Kulimele abafundi abangu-11, kanye nabanye abadala ababili.

UMachaea uthi abalimele bayiswe esibhedlela saseMthatha.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C Morning clouds. Mild. Pta: 9-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-25°C Sunny. Mild. Bloem: 8-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-31°C Sunny. Pleasantly warm. PE: 10-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...