Kushone umfana kucotshwanwa

2013-01-07 09:01

Port Elizabeth - Kushone umfana oneminyaka engu-16 ubudala ngesikhathi egwazwa ngumngani wakhe, kucotshwanwa endaweni yase-Willowvale, e-Eastern Cape.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Jackson Manatha uthi umufi ugwazwe ngumngane okade emcoba.

"Kunezinsolo ezithi umsolwa ubeshaya amahlaya ecoba abanye, umufi ubengawathandi amancoko kwase kuqubuka ingxabano," kusho uManatha.

Umufi ugwazwe esifubeni, waphuthunyiswa esibhedlela ngubaba kamsolwa, lona uphelele endleleni.

Umsolwa yena uzovela ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yaseWillovale, ngoMsombuluko.




 

 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

UTutu ufuna kwesekwe ababhikishi

Emizuzwini eyi-19 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-21°C Mostly sunny. Mild. Pta: 10-25°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 6-20°C Sunny. Mild. Bloem: 5-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-21°C More sun than clouds. Cool. PE: 11-19°C Showery. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...