Kushone oyedwa engozini eGoli

2013-01-10 15:01

Johannesburg - Kuginqike itekisi emgwaqeni ongu-N1, ngasemajikeni akuWilliam Nicol, eGoli, kwashona umgibeli oyedwa.

Okwamanje akukazeki ukuthi ingozi yenzeke kanjani, abahambisi bosizo lokuqala kanjalo namaphoyisa kamasipala bebebonakala endaweni yesehlakalo, kusho izindaba zakwa-Eyewitnenss News.

Izikhulu zezemigwaqo ziphinde zacela abashayeli ukuthi bashayele ngokucophelela.
 


 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Udilikajele kowadlwengula indodakazi, 15

Emizuzwini eyi-19 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 9-14°C Sunny. Cool. Pta: 7-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-14°C Sunny. Cool. Bloem: 0-10°C Sunny. Cool.
Dbn: 12-17°C Morning clouds. Cool. PE: 6-14°C Showers early. Morning clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...