Kushone oyedwa engozini

2012-12-27 10:53
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Kushone owesilisa oyedwa kwathi ingane yomfana eneminyaka engu-11 ubudala yasala ilimele kanzima ngemuva kokuba imoto ebebehamba ngayo ilale amankeyane ngaphandle kwaseBloemfontein, kusho abeNetcare 911 ngoLwesine.

Ngesikhathi abosizo lokuqala befika, owesilisa ubeseshonile khona endaweni yengozi emgwaqeni uJagersfontein Road, kusho okhulumela iNetcare 911 uSanti Steinmann.

Ingane yomfana baqale ngokuyinika usizo lokuqala endaweni yesehlakalo ngaphambi kokuba iphuthunyiswe ngendiza esibhedlela.

Amaphoyisa aphenya ngembangela yengozi.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-18°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Pta: 9-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 10-19°C Sunny. Mild. Bloem: 9-23°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 18-29°C High level clouds. Pleasantly warm. PE: 12-19°C Showers late. Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...