Kushone owesifazane engozini eKapa

2012-09-03 07:52

Johannesburg - Kushone owesifazane ngesikhathi eshayiswa yimoto emgwaqeni omkhulu uN2 eMacassar ngaseKapa, kusho abezimo eziphuthumayo ngoMsombuluko.

Okhulumela i-ER24 uDerrick Banks uthe lo wesifazane, oseminyakeni eko-40 ubudala, ushayiswe yimoto ngabo-18:00 ngeSonto.

"Ulimale kabi wase eshonela endaweni yesehlakalo."

UBanks uthe umshayeli wemoto akazange alimale.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Elinye ishobolo emndenini wakwaPistorius

Emizuzwini eyi-48 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-15°C Heavy rain. More sun than clouds. Cool. Pta: 9-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 11-22°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 8-21°C Showers late. More sun than clouds. Mild.
Dbn: 15-24°C Showers late. More clouds than sun. Mild. PE: 10-21°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...