Kushone ohamba ngesithuthuthu ePMB

2012-10-18 12:02

Pietermaritzburg - Kushone owesilisa ngesikhathi kudaleka ingozi ehluleka ukulawula isithuthuthu sakhe wase eshayisa isigxobo, ngezintathakusa ngoLwesine, kusho umbiko wamaphoyisa.

Abahambisi bosizo lokuqala bathi indoda eneminyaka elinganiselwa ko-30 ubudala, ibihamba emgwaqeni iTown Bush Road, ingozi yenzeke ngabo-05:00 ekuseni, ngokombiko weNewswatch.

Okhulumela abakwaNectcare 911 uChris Botha uthi umlisa lona ushonele endaweni yesehlakalo, ngaphambi kokuthi kufike usizo.

Amaphoyisa ayaphenya ngengozi.


 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-18°C Morning clouds. Mild. Pta: 11-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 9-22°C Sunny. Mild. Bloem: 12-25°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 15-28°C High level clouds. Warm. PE: 17-26°C High level clouds. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...