Kushone izingane emlilweni e-E Cape

2012-11-05 14:46

Johannesburg - Izingane ezimbili zaseLibode zishe zangqongqa ngesikhathi unina esayophuza, kusho amaphoyisa aseEastern Cape ngoMsombuluko.

UWarrant Officer Dineo Koena uthe lezi zingane, eyodwa eneminyaka emibili enye enemihlanu ubudala, bezisele zodwa emjondolo ngoMgqibelo ngesikhathi ikhandlela lishisa indlu.

"Kusolakala ukuthi umama wazo uzikhiyele endlini kuvutha ikhandlela waya kophuza ubaba wakhona ongunogada ubengena ebusuku," kusho uKoena.

Omakhelwane bazamile ukugqekeza ukuze batakule izingane ngesikhathi lena eneminyaka emihlanu nayo izama ngaphaphakathi.

Zombili izingane zishonele endaweni yesehlakalo.

Umama waboshelwa ubudedengu.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Abafana beWoonga bebe imali yesoso

Emizuzwini eyi-30 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-18°C High level clouds. Mild. Pta: 3-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-17°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 1-20°C Morning clouds. Mild.
Dbn: 9-22°C Sunny. Mild. PE: 12-19°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...