Kushone isisebenzi efemini eThekwini

2013-01-17 16:26

Durban - Sekushone umsebenzi wasefemini KwaZulu-Natal, kusho abahambisa usizo oluphuthumayo ngoLwesine.

Okhulumela abakwaNetcare 911 uChris Botha, uthi umsebenzi odabuka eZimbabwe, ubesebenza ngomshini odinga amandla, uthi umshini umphendukele wamlimaza wase eshona.

Isisebenzi sishone ngaphambi kokuthi kufike abahambisa usizo oluphuthumayo, kusho uBotha.



 

 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 9-14°C Numerous showers. Afternoon clouds. Cool. Pta: 6-23°C Sunny. Refreshingly cool.
Jhb: 3-19°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 7-20°C Sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 17-29°C Sunny. Pleasantly warm. PE: 16-22°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...