Kushone ingane yesikole eDiepsloot

2013-01-16 14:03

Johannesburg - Kushone intombazanyana yesikole kwathi umngani wayo walimala ngesikhathi beshayiswa yitekisi eDiepsloot ngoLwesithathu ekuseni, kusho abezimo eziphuthumayo.

Le tekisi ibihamba kuR511 ngesikhathi kwehla le ngozi.

Ingane le ishone ujuqu kwathi umngani wayo waphuthunyiswa eCharlotte Maxeke Hospital esesimweni esibucayi, kusho okhulumela i-ER24 uVanessa Jackson.

Lezi zingane, 11, bezilibangise esikoleni.

UJackson uthe akulimalanga muntu obesetekisini.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Angeke axolise uMalema - EFF

2014-10-23 16:03
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-24°C Sunny. Mild. Pta: 16-30°C Showers early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 14-26°C High level clouds. Pleasantly warm. Bloem: 14-31°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-24°C Partly cloudy. Mild. PE: 16-20°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...