Kushone ingane engozini yomgwaqo

2013-01-03 07:46
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Umfanyana oneminyaka emibili ubudala ushonile kwalima abanye abantu abane, abahlanganisa nezingane ezimbili.

Lokhu kwenzeke ngesikhathi kwehla ingozi yomgwaqo, imoto ishayisa isihlahla ngaseReitz, eFree State, kusho abahambisa usizo oluphuthumayo.

Ingane ishonele endaweni yesehlakalo emgwaqeni ongu-R26, kusho okhulumela abakwaNetcare 911 uSanti Steinmann.

"Owesifazane obandakanyeke engozini ulimale kambi kwathi abanye bathola ukulimala okungatheni."

Abalimele banyangwe endaweni yesehlakalo ngaphambi kokuthi bathuthelwe esibhedlela.




 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C High level clouds. Mild. Pta: 10-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 10-18°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 5-22°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 16-23°C Morning clouds. Mild. PE: 14-21°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...