Kushone indoda engozini eN West

2012-12-17 11:38

Johannesburg - Kushone owesilisa kwathi abayisithupha balimala ngesikhathi iveni abebehamba ngayo igingqika eMabaalstad, kusho amaphoyisa aseNorth West ngoMsombuluko.

ULieutenant Colonel Lesego Metsi uthe umshayeli uhlulekile ukuyilawula imoto ngesikhathi ezama ukuma emgwaqeni oyi-T-junction nowubhuqu ngeSonto.

Ube esefa ujuqu kwathi abagibeli abayisithupha baphuthunyiswa esibhedlela.

Kuvulwe icala lokubulala ngokungenhloso kanti kuqhubeka uphenyo.



 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-26°C Sunny. Mild. Pta: 18-30°C Widely scattered tstorms. Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 14-24°C Showers late. Morning clouds. Mild. Bloem: 16-32°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 19-27°C Morning clouds. Warm. PE: 18-25°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...