Kushone abathathu engozini eBethlehem

2012-12-25 09:52

Johannesburg - Kushone abantu abathathu ngesikhathi kwehla ingozi yemoto ngaphandle kwaseBethlehem, eFree State ngoLwesibili, kusho abezimo eziphuthuayo.

Okhulumela iNetcare 911 uSanti Steinmann uthe kushayisane izimoto ezimbili ngabo-03:00.

"Kudingeke sisebenzise izindlawu ukukhipha abebebhajwe emotweni," esho.

Ayicaci imbangela yengozi.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-19°C High level clouds. Mild. Pta: 6-20°C Mostly sunny. Mild.
Jhb: 3-15°C Mostly sunny. Refreshingly cool. Bloem: 2-20°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 10-18°C Mostly sunny. Cool. PE: 11-23°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...