Kushone abafundi engozini

2012-08-07 10:04

Durban - Kushone abafundi ababili, uSphamandla Mncwabe, 10, no-Olwethu Maphanga, 6, baseVulindlela ngesikhathi bevelelwa yingozi beya esikoleni e-Elandskop.

Imoto ebithwele lezi zingane ayizange ime ngesikhathi kufanele yase izithela phezu kwebhasi kuBulwer Road.

Uthishanhloko waseNkabini Primary School uBheki Ndlovu uthe abafundi bazothola ukululekwa ngokwezengqondo ngoLwesibili.

UNdlovu uthi ngasekuqaleni kwalo nyaka kwashona ingane eyayenza u-grade 1 ngesikhathi ishayiswa yimoto.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- The Witness

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-23°C Sunny. Mild. Pta: 22-33°C Showers early. More sun than clouds. Hot.
Jhb: 18-27°C More sun than clouds. Warm. Bloem: 16-29°C Scattered showers. More clouds than sun. Warm.
Dbn: 21-27°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. PE: 18-21°C Scattered showers. More clouds than sun. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...