Kushone ababili kudutshulwa eThekwini

2013-02-20 16:31

 Durban – Abantu ababili badutshulwe bashona eThekwini, kusho abahambisi bosizo oluphuthumayo ngolwesithathu.

Okhulumela abakwaNetcare 911 uChris Botha uthi lokhu kwenzele ezimphambanweni zomgwaqo uPixley Ka Seme noWilliams Road, phakathi eThekwini.

Owesilisa nowesifazane bashonile kwathi omunye umuntu oyedwa walimala, ababili bathola imihuzuko.

Abalimele bangeniswe esibhedlela i-Addington, amaphoyisa abematasa endaweni yesehlakalo.

Imininingwano eminingi ibingakazeki.




 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C High level clouds. Mild. Pta: 12-30°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 9-24°C High level clouds. Mild. Bloem: 3-23°C High level clouds. Mild.
Dbn: 15-20°C Showers early. More sun than clouds. Cool. PE: 12-20°C Broken clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...