Kushone ababili engozini ku-N1

2012-11-26 10:00

Johannesburg - Kushone owesifazane nomfana, 10, ngesikhathi imoto yabo ishayiswa yiveni emgwaqeni omkhulu u-N1 ngasemgwaqeni ochezukela eBuccleuch, kusho abezimo eziphuthumayo ngoMsombuluko.

Okhulumela i-ER24 uVanessa Jackson uthe abashonile bebehlezi ngemuva emotweni.

Kukholakala ukuthi umshayeli uthe ukwehlisa isivinini ezama ukugwema imoto ebimi phakathi nomgwaqo, yabe isingenwa mahlanze yiveni.

"Iveni ayikwazanga ukugwema le moto kusenesikhathi."

Kulimale abantu abayisihlanu kule ngozi, nabaphuthunyiswe eSunninghill Hospital, kusho uJackson.



 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Sesimi ku-9 isibalo sabashonile engozini

Emizuzwini eyi-19 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-15°C Numerous showers. Afternoon clouds. Cool. Pta: 3-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-18°C Sunny. Mild. Bloem: 5-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 10-27°C Sunny. Warm. PE: 10-22°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...