Kushone ababili engozini eGoli

2012-12-03 08:00
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Kushone abantu ababili ngesikhathi itekisi litholana phezulu nebhasi eMoffat View ngaphandle kwaseTurffontein, kusho abezimo eziphuthumayo eGoli ngoMsombuluko.

Umshayeli wetekisi nomgibeli bashone ngesikhathi itekisi yokheleka ngomlilo.

"Leli bhasi nalo belithwele abagibeli kodwa akekho olimalile," kusho okhulumela izimo eziphuthumayo eGoli uRobert Mulaudzi.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-24°C Sunny. Mild. Pta: 10-19°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 7-15°C More sun than clouds. Cool. Bloem: 8-20°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 14-23°C Sunny. Mild. PE: 11-24°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...