Kushone 7 engozini eMdloti

2012-06-18 08:29
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Abantu abayisikhombisa bashonile ngesikhathi kudaleka isibhicongo sengozi yogwaqo ehlanganisa izithuthuthu ezimbili nemoto encane eMdloti, kusho abahambisi bosizo oluphuthumayo.

Abahambisi bosizo bafike endaweni yesehlakalo kugqamuka amalangabi omlilo, kusho okhulumela abakwaNetcare 911, uChris Botha, ngeSonto.

Okwamanje ayikazeki imbangela yengozi, umshayeli wemoto nabagibeli abane bonke bashonile kanti nabashayeli bezithuthuthu nabo bashonile.
 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-18°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Pta: 9-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 10-19°C Sunny. Mild. Bloem: 9-23°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 18-29°C High level clouds. Pleasantly warm. PE: 12-19°C Showers late. Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...