Kushone 7 engozini eF State

2012-07-04 08:08
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Kushone abantu abayisikhombisa kwathi abantu abangu-17 balimala kabi ngesikhathi itekisi abebehamba ngayo itholana phezulu neloli kuSteynsrus Road ngaphandle kwaseKroonstad, eFree State.

Okhulumela iNetcare911 uJeffrey Wicks uthe kushone abagibeli abayisithupha abebesetekisini kule ngozi eyenzeke ngoLwesibili ebusuku.

Abagibeli abanye abangu-18 baphuthunyiswe esibhedlela iBoitumelo.

Oyedwa ushonele emagcekeni esibhedlela, kusho uWicks.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-20°C Partly sunny. Mild. Pta: 10-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 10-19°C Sunny. Mild. Bloem: 6-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-26°C Sunny. Mild. PE: 14-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...