Kushone 6 kuwa ibhuloho eMpumalanga

2012-12-11 10:31

Johannesburg - Abayisithupha bashonile ngesikhathi kuwa ibhuloho emgaqweni u-R65, phakathi kwe-Ermelo neLothair, eMpumalanga.

Ingozi yenzeke ngoMsombuluko ebusuku, kusho uMnyango wezokupHepha koMphakathi.

Okhulumela uMnyango uJoseph Mabuza uthi izimoto ezintathu ezihlanganisa itekisi sishayisane kuleli bhuloho ebeluvele linofa.

Abantu abayisithupha bashonile kwathi abanye abahlanu balimala kambi.

UMabuza uthi abanye babantu banyamalele, ibhuloho lukhukhuleke ngezithuba zawo-21:00.

Abashayeli bayayalelwa ukuthi basebenzise umgwaqo u-R33, uN17 neminye imigwaqo abayaziyo, njengoba kusalungiswa u-R65.
 



 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-26°C Sunny. Warm. Pta: 17-26°C Heavy rain early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 14-27°C Showers late. More clouds than sun. Pleasantly warm.
Dbn: 17-18°C Rain showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...