Kushone 6 engozini eF State

2012-12-21 10:45

Johannesburg - Kushone abantu abayisithupha ngesikhathi kutholana phezulu izimoto ezimbili emgwaqeni omkhulu uN3 phakathi kweWarden neVilliers, eFree State, ngoLwesihlanu, kusho iRoad Traffic Management Corporation.

Kulesi sigameko kuphinde kwalimala abantu abayisihlanu ngesikhathi umshayeli wemoto yohlobo lweToyota Tazz ehluleka ukuyilawula yase ishayisa enye, kushp u-Ashref Ismail.

Zombili lezi zimoto zokheleke ngomlilo ngemuva kokushayisana.

Abalimele bathole ukwelashwa base bephuthunyiswa esibhedlela sendawo.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Izogugela ejele indoda yembazo

Emizuzwini eyi-24 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-21°C Sunny. Cool. Pta: 17-29°C Showers late. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 15-25°C Showers late. More clouds than sun. Mild. Bloem: 17-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-27°C More sun than clouds. Warm. PE: 17-23°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...