Kushone 5 engozini eKZN

2013-01-31 10:03

Durban - Kushone amadoda ayisihlanu kwathi amathathu alimala ngesikhathi kwenzeka izigameko ezimbili zezingozi emgwaqeni omkhulu uN3 ngaseBergville, kubika iNewswatch.

Abezimo eziphuthumayo bathi kwenzeke izingozi ezimbili.

Ingozi yokuqala yenzeke ngabo-03:00 ngoLwesine kanti ibibandakanya amaloli amathathu abelibangise eGoli.

Kube sekushayisana amanye amaloli amabili endaweni yesigameko.

Okhulumela i-ER24 uDerrick Banks uthe laba abashonile bebehamba ngeloli eyodwa.
 
"Bekuyiloli ethwele ifenisha. Kumanje kubambezeleke izimoto ngenxa yale ngozi," esho.

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-19°C Afternoon clouds. Mild. Pta: 11-24°C Mostly sunny. Mild.
Jhb: 7-19°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 8-22°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 17-25°C Sunny. Mild. PE: 14-25°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...