Kushone 5 emigwaqeni e-E Cape

2013-01-10 09:02

East London - Abantu abahlanu bashonile ezehlakalweni zezingozi zomgwaqo ezenzeke emgwaqeni ongu-N2, e-Eastern Cape, kusho izindaba zakwaSABC.

Okhulumela abakwa-Arrive Alive, uTsepo Machaea uthi abantu abane beshone engozini eyenzeke phakathi koMthatha neDutywa, ngesikhathi iloli lishayisana neveni.

Kwesinye isehlakalo kushone umuntu oyedwa ngesikhathi kwehla ingozi phakathi kweMount Frere neMount Ayliff, abanye abantu abane balimele, abathathu kubo balimala kambi.

Abalimele bangeniswe esibhedlela iMount Ayliff Hospital.



 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-26°C Sunny. Mild. Pta: 20-31°C a few tstorms. More clouds than sun. Hot.
Jhb: 16-27°C Numerous showers. Mostly cloudy. Warm. Bloem: 17-33°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 19-23°C Passing showers. a mixture of sun and clouds. Mild. PE: 14-21°C More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...