Kushone 4 kuginqika itekisi

2012-12-31 08:32

Johannesburg - Abantu abane bashonile kwathi abanye abayisithupha balimala kambi ngesikhathi kuginqika itekisi ngaseHeidelberg, kusho abahambisa usizo lokuqala ngoMsombuluko ekuseni.

AbakwaNetcare 911 babike bathi abantu abalimele bahlanganisa nengane encane ephuthunyiswe esibhedlela ngendiza enophephela emhlane.

Okhulumela abakwaNetcare 911 uSanti Steinmann uthi ingane ingeniswe esibhedlela iCharlotte Maxeke, abanye bangeniswa kwezinye izibhedlela.



 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C Sunny. Mild. Pta: 17-30°C Showers early. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-24°C Passing showers. More sun than clouds. Mild. Bloem: 15-21°C Rain showers. Mostly cloudy. Mild.
Dbn: 18-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 16-20°C Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...