Kushone 4 ezingozini eKapa

2013-01-01 12:01

Cape Town - Abantu abane bashonile ezingozini ezimbili ezehlukene ezenzeke eKensington, eKapa, kusho izikhulu zomgwaqo ngoLwesibili.

"Ibhungu elineminyaka engu-21 ubudala lihlulwe ukulawula imoto yalo emgwaqeni uVoortreker, lase lishayisa unqenqema, ngezithuba zawo-04:10," kusho okhulumela ezemigwaqo uKenny Africa.

"Ushonele endaweni yesehlakalo."

Ngemuva kwemizuzu eyishumi kwenzeke le ngozi, kuwona lo mgwaqo kushone abantu abathathu ngesikhathi itekisi ebebehamba ngayo idala ingozi ishayisa isakhiwo esiseduze komgwaqo.

"Umbiko uthi bonke abashonile bangabokufika, baseminyakeni eko-30 ubudala," kusho u-Afrika.




 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-15°C Passing showers. More sun than clouds. Cool. Pta: 14-31°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 13-26°C Mostly sunny. Pleasantly warm. Bloem: 14-25°C Scattered showers. Morning clouds. Mild.
Dbn: 19-25°C Afternoon clouds. Mild. PE: 13-19°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...