Kushone 4 engozini eHeidelberg

2012-12-31 14:29

Johannesburg - Abantu abane bashonile kwathi abanye abangu-14 balimala ngesikhathi kwehla ingozi yetekisi ngaseHeidelberg, kusho abahambisa usizo lokuqala eGauteng, ngoMsombuluko.

Okhulumela abakwaNetcare 911 uSanti Steinmann uthi abantu abathathu baphuthunyiswe esibhedlela ngendiza enophephela emhlane.

Itekisi ebithwele abagibeli iginqikile emgwaqeni ongu-N2, ngezithuba zasekuseni kakhulu.

Phakathi kwabalimele kambi, kubalwa nengane encane.

Imbangela yengozi ayikazeki.




 

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Morning clouds. Cool. Pta: 6-16°C Sunny. Refreshingly cool.
Jhb: 1-9°C Sunny. Cool. Bloem: -1-11°C Morning clouds. Cool.
Dbn: 11-19°C Passing showers. More clouds than sun. Refreshingly cool. PE: 9-14°C Numerous showers. More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...