Kushone 3 engozini yendiza eKZN

2012-09-14 08:10
Yabelani Shicilela

Durban - Kushone abantu abathathu ngesikhathi kuphahlazeka indiza encane ngaseNagle Dam, ngaphandle kwaseCato Ridge, kusho abezimo eziphuthumayo KwaZulu-Natal.

Le ndiza iphahlazeke ngasemahlathini eduzane naleli damu, kusho okhulumela iNetcare 911 uChris Botha.

Abe-ER24 bathi le ngozi yenzeke ngabo-17:30 ngoLwesine.


- Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-23°C Sunny. Mild. Pta: 9-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-16°C Morning clouds. Cool. Bloem: 6-20°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 15-26°C Sunny. Mild. PE: 14-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...