Kushone 3 engozini eN Cape

2012-11-06 14:01

Johannesburg - Kushone abantu abathathu ngesikhathi imoto abebehamba ngayo ilala amankeyane eKimberley, eNorthern Cape, kusho abezimo eziphuthumayo.

Imoto yabo emhlophe yohlobo lweBMW igingqike izikhawu ezimbalwa ngaphambi kokuhlala ngokhakhayi, kusho owe-ER24 u-André Visser.

Oyedwa ufe ujuqu kwathi abanye ababili bashonela endleleni eya esibhedlela.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-22°C More sun than clouds. Mild. Pta: 17-33°C a few showers. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-28°C More sun than clouds. Pleasantly warm. Bloem: 20-35°C Sunny. Extremely hot.
Dbn: 17-28°C Morning clouds. Warm. PE: 19-26°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...