Kushone 2 kuphahlazeke indiza encane eLimpopo

2013-01-01 14:00

Johannesburg - Abantu ababili bashonile ngesikhathi kugqamuka umlilo ebhanoyini ebebeligibele, liphahlazeka, ePhalaborwa, kusho amaphoyisa aseLimpopo, ngoLwesibili.

"Indiza ibisuka ePhalaborwa. Iphahlazeke iqeda nje ukusuka phansi," kusho okhulumela amaphoyisa uLieutenant Colonel Ronel Otto.

U-Otto uthi kushone amadoda amabili abephakathi, aneminyaka yobudala ephakathi kuka-42 no-60.

Abezindiza bazophenya ngalokhu kuphahlazeka.



 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Abe-EFF baphazamise ukufunda

Emizuzwini eyi-47 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Mostly sunny. Cool. Pta: 12-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 11-24°C High level clouds. Mild. Bloem: 9-18°C Showers early. More sun than clouds. Mild.
Dbn: 17-21°C Showers late. Afternoon clouds. Cool. PE: 12-16°C Numerous showers. Afternoon clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...