Kushone 2 engozini yezithuthuthu

2013-01-15 07:29

Stanger - Kushone abantu ababili abebehamba ngezithuthuthu engozini eyenzeke phakathi kweStanger neBallito ngoMsombuluko ntambama, kusho abezimo eziphuthumayo KwaZulu-Natal.

Lezi zithuthuthu bahlulekile ukuzilawula ngesikhathi zizama ukudlula imoto kuR102, kusho okhulumela iNetcare 911 uChris Botha.

Zibe sezitholana phezulu nemoto ebiqhamuka komunye umzila, umshayeli wemoto walimala kanzima.

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-16°C Showers early. More sun than clouds. Cool. Pta: 8-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 8-22°C Sunny. Mild. Bloem: 8-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-29°C Sunny. Warm. PE: 15-21°C Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...