Kushone 2 engozini eW Cape

2011-12-09 13:07

Cape Town – Kushone abafundi ababili, kwalimala abangu-11 ngesikhathi kushayisana iveni neloli emgwaqeni uBrede River Road eWorcester ngoLwesihlanu, kusho amaphoyisa aseWestern Cape.

Abashonile baphakathi kweminyaka eyisishiyagalolunye nengu-14 ubudala, okhulumela amaphoyisa, uWarrant Officer November Filander.

Lezi zingane beziya esikoleni.

Abashayeli balezi zimoto ezibandakanyeke kule ngozi nabo balimele.


"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kutshalwe elibhekene nezinhlekelele eKZN

Emizuzwini eyi-37 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-21°C Sunny. Cool. Pta: 16-23°C a few showers. More clouds than sun. Mild.
Jhb: 13-19°C Passing showers. More clouds than sun. Mild. Bloem: 14-22°C Showers late. Broken clouds. Mild.
Dbn: 18-27°C Partly sunny. Warm. PE: 19-30°C Sunny. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...