Kushiswe isitimela eKapa

2012-03-15 08:15

Cape Town - Kudingeke ukuthi alashelwe ukuhogela intuthu umsebenzi wakwaMetrorail ozithwele emuva kokushiswa kwamakalishi amathathu esitimela eKhayelitsha.

Iphephandaba iThe Cape Times libike ukuthi lo mseshi wamathikithi, uGwen Goluwe, ubewela ibhuloho ebaleka umlilo esiteshini sesitimela iNolungile ngoLwesithathu ekuseni.

"Besihleli ehhovisi lamathikithi ngesikhathi sizwa umsindo wabantu bememeza," esho etshela leli phephandaba.

Babe sebelashelwa ukuhogela intuthu nomunye umsebenzi.

Okhulumela iMetrorail uRiana Scott uthe akubikwanga muntu olimele, kanti akucaci ukuthi umlilo uqale kanjani.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-15°C Rain late. More clouds than sun. Cool. Pta: 3-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-14°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 0-10°C Sunny. Cool.
Dbn: 13-19°C More sun than clouds. Cool. PE: 11-17°C Showery. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...