Kushe isitimela eKapa

2013-01-23 08:04
Yabelani Shicilela

Cape Town - Umlilo oqubuke esiteshini sesitimela eWoodstock, eKapa, ushiye izinkulungwane zabagibeli besele dengwane bengenazo izinto zokuhamba, kwacekeleka phansi isitimela.

Iphephandaba iCape Times libike ukuthi izicishamlilo zilwe nalo mlilo isikhathi esingangehora.

Umlilo lo ushise amakhoshi esitimela amane ngoLwesibili ntambama.

Okhulumela izicishamlilo eKapa uTheo Layne uthe abagibeli abane balashelwe ukuhogela intuthu base beyiswa esibhedlela.

Imenenja yakwaMetrorail esifundeni uMthuthuzeli Swartz uthe lo mlilo uzobiza inkampani izigidi zamarandi.


Kuzophenywa ngalesi sigameko.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-24°C Sunny. Mild. Pta: 13-23°C Passing showers. Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 9-18°C Passing showers. Morning clouds. Mild. Bloem: 10-21°C Afternoon clouds. Mild.
Dbn: 16-19°C Passing showers. Morning clouds. Cool. PE: 11-20°C Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...