Kushe isitimela eBrackenfell

2012-10-05 10:02
Yabelani Shicilela

Cape Town - Kucekeleke phansi ikhoshi eyodwa yesitimela ngesikhathi kuqubuka umlilo esitimeleni kujantshi eBrackenfell, kusho isikhungo sezinhlekelele eKapa ngoLwesihlanu.

Lo mlilo, odale ukuhamba kukagesi ezintanjeni ezihamba phezu kwesitimela, uqale ngabo-03:00 kuWilliam Dabs Street, kusho okhulumela isikhungo uWilfred Solomons-Johannes.

Lesi sigameko siphazamise izitimela eziningi ezihamba phakathi kweMuldersvlei neBellville, kanjalo nezisuka eMalmesbury.

IMetrorail ihlinzeke abagibeli ngamabhasi.

Izitimela ezisuka eWellington zihlelelwe ukuba zihambe ngomzila waseStellenbosch.

 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-16°C Showers early. More sun than clouds. Cool. Pta: 3-17°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-14°C Sunny. Cool. Bloem: 1-15°C Sunny. Cool.
Dbn: 9-25°C Sunny. Mild. PE: 12-20°C Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...