Kushaywe unesi esibhedlela

2011-07-29 07:17

Johannesburg - Kushaywe unesi, nokusolakala ukuthi kwenziwe owesilisa oshonelwe ngunina esibhedlela iChris Hani Baragwanath, kusho uMnyango wezeMpilo eGauteng.

Lo nesi ubizele amalungu omndeni ukuwazisa ngokushona kukanina, indodana kamufi ibe isidumela lo nesi ngequpha, imsola ngokufa kwakhe, kusho okhulumela lo Mnyango uSimon Zwane esitatimendeni.

UNgqongqoshe wezeMpilo eGauteng uNtombi Mekgwe ukugxekile lokhu kuhlasela wathi into efana nale ngeke ibekezelelwe.

Isibhedlela sivule icala kanti lo nesi uthola ukwelulekwa ngokwezengqondo.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter.

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-20°C Partly cloudy. Cool. Pta: 20-34°C More sun than clouds. Extremely hot.
Jhb: 18-29°C More sun than clouds. Pleasantly warm. Bloem: 19-26°C Scattered showers. More sun than clouds. Warm.
Dbn: 22-25°C Heavy rain late. Partly sunny. Mild. PE: 17-25°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...