Kushaywe kwabulawa owesifazane e-E Cape

2012-11-22 10:07

Johannesburg - Owesifazane oneminyaka engu-50 ubudala ulale ubuthongo bafuthi ngemuva kokuthi engenelwe ngenduku oyisoka lakhe, endaweni yaseDutywa, kusho izinsolo zamaphoyisa ase-Eastern Cape ngoLwesine.

Okhulumela amaphoyisa uMajor Ernest Sigobe uthe lona wesifazane wagcina ukubonakala ephila ngoMsombukulo ebusuku, wabe esebikwa ngudadewabo ukuthi unyamalele.

Amaphoyisa athola isidumbu salona wesifazane esibhedlela sendawo, kuthungathwa isoka lakhe.





 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C Sunny. Mild. Pta: 14-21°C Showers late. Morning clouds. Mild.
Jhb: 11-18°C Broken clouds. Mild. Bloem: 6-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-19°C Passing showers. Decreasing cloudiness. Cool. PE: 16-21°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...