Kushaqwe ugwayi womgunyathi

2012-07-12 14:04

Johannesburg - Amaphoyisa aseLimpopo aseshaqe usikilidi ongaba yinani lika-R200 000, ngentengo yasemgwaqeni, kusho imibiko yawo amaphoyisa ngoLwesine.

ULieutenant Colonel Malesela Ledwaba uthe amaphoyisa azame ukumisa imoto yohlobo lweToyota, uthe umshayeli wemoto unqabile ukuma ngesikhathi emiswa emgwaqeni iTshivaloni neTshipise.

Amaphoyisa abe esejaha imoto etholakale isishiywe kanjalo, esigangeni.

Abasolwa basafunwa.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-15°C Numerous showers. Afternoon clouds. Cool. Pta: 3-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-18°C Sunny. Mild. Bloem: 5-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 9-27°C Sunny. Warm. PE: 10-22°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...