Kushaqwe imali kwaboshwa abantu eThekwini

2013-01-04 11:01

Durban - Abantu abane baboshiwe kwashaqwa isamba semali engu-R1.6 million, ezehlakalweni ezimbii zokushaqwa kwezidakamizwa eChatsworth, kusho amaphoyisa KwaZulu-Natal.

Okhulumela amaphoyisa uLietenant-Colonel Jay Naicker uthi kuboshwe abantu abantu ababili, abadayisele iphoyisa ebelizifihlile, amaphili angu-3000, ohlobo lwe-mandrax.

"Amaphoyisa aphenya amacala abucayi, athenge amaphilisi ngesamba esilinganiselwa ku-R136 000."

UNaicker uthi bonke abasolwa bazovela ngaphambi kwenkantolo maduzane.

Amaphoyisa athole imvume yokusesha umuzi othile eSavannah Park, kwatholakala isikhwama ebesithwele imali engu- R1.6 million.



 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Usesejele uPistorius

2014-10-21 18:25
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 16-29°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-25°C Sunny. Mild. Bloem: 12-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-23°C More sun than clouds. Mild. PE: 15-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...