Kusatshiswe ngebhomu ebhilidini eBraamfontein

2013-01-09 15:03

Braamfontein - Umgwaqo uJorrisen Street eBraamfontein, eGoli, kuphoqeleke ukuthi uvalwe kulandela isehlakalo sokusabisa ngebhomu kwelinye lamabhilidi.

Izikhulu zezomthetho zitshelwe ukuthi kunebhomu ebhilidini iThuso House, kusho izindaba ze-Eyewitness News.

Okhulumela amaphoyisa kaMasipala waseGoli uWayne Minnaar, uthi indawo yonke iqashwe ngeso lokhozi.

“Kulandwe izinja zamaphoyisa ukuthi zizophenya, zihogele umkhondo webhomu ebikiwe. Umgwaqo uJorrisen Street, uvalilwe.”

Abashayeli bezimoto bayalelwe ukuthi basebenzise omunye umzila.






 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News24

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-25°C Sunny. Mild. Pta: 17-18°C Heavy rain. Mostly cloudy. Mild.
Jhb: 13-16°C Tons of rain. Mostly cloudy. Cool. Bloem: 14-18°C Scattered showers. Morning clouds. Mild.
Dbn: 19-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 18-24°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...