Kuqubuke umbhikisho elokishini laseThekwini

2015-08-11 11:33

Durban – Kubheduke umbhikisho wokubyiselwa kwezidingo emphakathi elokishini elisentshonalanga neTheku, KwaDabeka ngoLwesibili ekuseni, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal.

Okhulumela amaphoyisa esifundazweni uMajor Thulani Zwane uthe lo mbihikisho uqale ezintatha ngoLwesibili.

OLUNYE UDABA: Kushiswe isonto kuqhubeka umbhikisho

Bahlawumbiselwa ekhulwini abantu abayingxenye yalo mbhikisho, kanti okwamanje bekungakabikwa muntu olimele, oboshiwe noma ukucekelwa phansi kwempahla.

Akucaci okwamanje ukuthi ngabe izakhamuzi yini le eziyibhikishelayo.

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-18°C Morning clouds. Mild. Pta: 10-25°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-20°C Sunny. Mild. Bloem: 4-20°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-22°C Partly cloudy. Mild. PE: 11-18°C a few tstorms. More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...