Kuqubuke umbhikisho eLenasia

2012-09-11 08:17

Johannesburg - Ababhikishi ababalelwa ekhulwini bavale umgwaqo uR554 ngaseLenasia bekhala ngokugqoza kwentuthuko emphakathini ngoLwesibili ekuseni, kusho amaphoyisa aseGauetng.

UWarrant Officer Kay Makhubela uthe lezi zakhamuzi eziwotha ubomvu zivale umgwaqo ngamathayi avuthayo ngaseKlipspruit Valley Road noGolden Highway.

"Sizozama ukuthola ukuthi ngabe bamasha ngokusemthethweni na," esho.

Amaphoyisa axwayise abashayeli ukuba basebenzise eminye imizila.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

I-EFF nayo isikhale ngoMbete

2014-09-16 18:40
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-18°C Showers late. More sun than clouds. Mild. Pta: 11-31°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-26°C Morning clouds. Pleasantly warm. Bloem: 14-30°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-28°C High level clouds. Warm. PE: 16-23°C Light rain late. More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...