Kuqiniswe ezokuphepha emayini iKusasalethu

2012-11-23 12:05

Johannesburg - Amaphoyisa kanye nonogada basemayini iKusasalethu, eCarletonville, engaphansi kwenkampani iHarmony, baqaphe ngelokhozi ukuphepha, kulandela ukubulawa kwabavukuzi ababili ababulawe kule mayini.

Umsebenzi uqhubeka ngokwejwayelekile emayini, kusho isitatimede.

Abasebenzi ababili babulewe kwathi owesithathu walimala ngesikhathi kuqubuka isehlakalo sokudubula ngoLwesine, lokhu kuhlasela kukholakala ukuthi kuhlobene nezimpi zangaphakathi ezihlanganisa izinyunyana i-Association of Mineworkers and Construction Union (Amcu) neNational Union of Mineworkers (NUM).

“Inkampani iHarmony iyakuhlaba lokhu kubulala okungenangqondo okubukeka kuphakathi kwezinyunyana," kusho isikhulu senkampani uGraham Briggs, esitatimendeni.

Abaqashi kanye nezinyunana zombili, bebebamba izingxoxo zokuzama ukuqeda ukungaboni ngaso linye, kusukela abasebenzi bangena esitelekeni mhlaka-25 Okthoba.
 
UBriggs uthi inyunyana i-Amcu yafaka isicelo sokuthi kube yiyo inyunyana emele abasebenzi, kule nkampani.

 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kuzonqunywa ngelizayo ngabe-EFF abamiswa

Emizuzwini eyi-56 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-22°C Mostly sunny. Cool. Pta: 17-31°C Tstorms early. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 15-28°C Tstorms early. More sun than clouds. Pleasantly warm. Bloem: 16-32°C Sunny. Warm.
Dbn: 20-24°C Widely scattered tstorms. Decreasing cloudiness. Mild. PE: 17-22°C More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...