Kuqhunyiswe i-ATM e-Akasia

2011-03-30 08:25
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Amaphoyisa aseGauteng athi kugetshengwe isitolo kwaqhunyiswa nemishini emibili yemali (ATM) e-Akasia, enyakatho nePitoli.

Owamaphoyisa uKaputeni Solly Marindi uthe amadoda ayisihlanu akhombe unogada ngesibhamu amphoqa ukuthi angene esitolo sakwaSpar e-Extension 10 ngoLwesibili.

Ngaphakathi esitolo bayalela abasebenzi ukuthi balale phansi base bephoqa imenenja ukuthi ivule lapho kuhlala khona imali.

"Bathathe imali elinganiselwa ku-R20 000," esho.

Baqede lapho baqhumisa ama-ATM amabili angaphandle kwesitolo babaleka nesamba semali esingaziwa.

- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-17°C High level clouds. Cool. Pta: 6-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-17°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 3-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 11-24°C Sunny. Mild. PE: 10-18°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...