Kuqhunyiswe ama-ATM e-E Cape

2012-01-25 10:49

Johannesburg - Kuqhunyiswe imishini yemali, ama-ATM, amibili ngesikhathi kunesigameko sokuzama ukuphanga ibhange i-Absa eLibode ngaseMthatha, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape ngoLwesithathu.

Amaphoyisa abeqhuba umsebenzi ngesikhathi ezwa ukuqhuma ngezithuba zawo-23:00 ngoLwesibili ase enikela ngakhona, kusho uLieutenant Colonel Mzukisi Fatyela.

"Izigebengu zibone amaphoyisa zabaleka zingasathathanga mali," esho.

"Amaphoyisa asahlanganisa ubufakazi ukuze athole ukuthi kusetshenziswe luphi uhlobo lweziqhumane."

UFatyela uthe kuvulwe icala lokubhomba ama-ATM.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone umuntu engozini eKZN

2014-12-22 18:06
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-21°C More sun than clouds. Cool. Pta: 18-29°C a few showers. Mostly cloudy. Warm.
Jhb: 15-24°C Passing showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 17-29°C More sun than clouds. Warm.
Dbn: 18-32°C Tstorms late. Morning clouds. Warm. PE: 16-24°C Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...