Kuqalwe uphenyo ngendiza ephahlazekile

2013-01-02 11:00

Johannesburg - Amaphoyisa aseLimpopo asevule idokodo ngokuphahlazeka kwebhanoyi eligqamuke umlilo lisemoyeni, ngoLwesibili, kwashona abantu ababili.

Ingozi lena yenzeke ePhalaborwa, indiza encane iqeda kusuka emhlabeni.

UJohan Horn noHerbert Hancke, bashonele endaweni yesehlakalo, laba bayizikhulu enkampanini yezimayini iFoskor and PMC.

Okhulumela amaphoyisa uRonell Otto uthi abakwaSouth African Civil Aviation Authority, sebeqale uphenyo ngokwenzeka kwengozi.
 


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kwebiwe amaphepha okuvota eSoweto

Emizuzwini eyi-50 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-18°C High level clouds. Mild. Pta: 5-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-16°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 1-14°C Sunny. Cool.
Dbn: 12-21°C More sun than clouds. Cool. PE: 12-14°C a few showers. More clouds than sun. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...