Kuqagulwa esinye isiphepho eKZN

2012-03-07 08:31

Johannesburg - Luqhubekile lwaba namandla ulwandle eThekwini emuva kwesiphepho ebesinamandla esaziwa ngo-Irina, nesihlasele KwaZulu-Natal ngempelasonto, kubika iThe Times.

Njengoba izakhamuzi ziqala uhlelo lokukhuculula, abesimo sezulu baqagule ukuthi kungase kube nesiphepho esifanayo ngempelasonto esiya kuyo.

Yize ulwandle beluthukuthele, kodwa uqhubekile umsebenzi echwebeni laseThekwini, kodwa ukubhukuda emabhishi kusamisiwe.

IDurban National Sea Rescue Institute ithi ayizange ithole zingcongo kubashayeli bemikhumbi abathi bahlangabezane nezinkinga emanzini.

UNhlobo Mdletshe, 20, waKwaHlabisa, utholakale eshonile osebeni lomfula iNzimaneni, enyakatho nesifundazwe ngoLwesibili.

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-19°C Mostly sunny. Cool. Pta: 18-30°C Tstorms late. Broken clouds. Warm.
Jhb: 15-26°C a few showers. Mostly cloudy. Warm. Bloem: 18-23°C Thunderstorms. Afternoon clouds. Mild.
Dbn: 22-30°C Tstorms late. Mostly cloudy. Warm. PE: 20-27°C Numerous showers. Morning clouds. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...