Kuphume nesinedolo kubekwa uPadayachie

2012-05-09 14:44

Durban - Kubuthelene amakhulu abantu eSahara Kingsmead Stadium, eThekwini, ukuyohlonipha uNgqongqoshe wezemiSebenzi kaHulumeni ongasekho uRoy Padayachie.

Isidumbu sikaPadayachie besithwele ngamalungu eSA National Defence Force, kanti ibhokisi lakhe belimbozwe ngefulegi lakuleli.

UMengameli Jacob Zuma ufike inkonzo yomngcwabo ingakaqali, njengoba kunguye ozokwethula inkulumo ngoPadayachie.

UMholi weNkatha Freedom Party uMangosuthu Buthelezi ubephakathi kwabazili.

UPadayachie ushonele e-Ethiopia ngoLwesihlanu.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-24°C Morning clouds. Mild. Pta: 18-29°C Showers early. Morning clouds. Warm.
Jhb: 16-24°C Rain late. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 17-32°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-28°C Morning clouds. Warm. PE: 19-27°C Sunny. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...