Kuphume isidumbu kubangwa intombi

2013-02-25 08:02

Durban - Kushone indoda ngemuva kokugwazwa eLidgetton ngoMgqibelo ngesikhathi kuqubuka ingxabano nenye indoda kubangwa owesifazane, ngokusho kombiko.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Lolly Moodley utshele iphephandaba iThe Witness ukuthi amadoda amabili abelwela owesifazane ngesikhathi enye icosha ibhodlela elifile igwaza umsolwa esihlathini yabaleka.

“Umsolwa ube esehamba wabuya nomkhonto wagwaza umufi enhliziyweni nasekhanda washona," kusho uMoodley.

UMoodley uthe le ndoda ibe isiyaboshwa njengoba kulindeleke ukuba ivele eNkantolo yeMantshi yaseHowick ngoMsombuluko.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- The Witness

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-15°C Showers late. More sun than clouds. Cool. Pta: 13-28°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 8-21°C Sunny. Mild. Bloem: 3-17°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-22°C Morning clouds. Mild. PE: 12-17°C Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...