Kuphenywa ngophonseke nemoto ebhulohweni

2013-01-11 11:01

Pietermaritzburg - Kunokwesaba ngowesilisa ekuthiwa unyamalele ngesikhathi imoto abehamba ngayo iphonseka ebhulohweni eMgungundlovu, kusho abakwa-ER24, ngoLwesihlanu.

Abanye abathathu abakade besemotweni ngesikhathi kwenzeka ingozi bakwazile ukuphuma emotweni.

Batshele abahambisi bosizo ukuthi lona onyamalele uhlulekile ukuphuma emotweni, waphonseka nayo emanzini, kusho okhulumela abakwa-ER24 uVanessa Jackson.

Amaphoyisa ayaphenya.



 

 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-18°C Sunny. Mild. Pta: 3-19°C Sunny. Mild.
Jhb: 0-14°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: -1-15°C Sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 14-19°C Mostly sunny. Cool. PE: 8-17°C More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...