Kuphelile ngoManyi

2012-08-27 16:27

Cape Town - Ayivuselelwanga inkontileka yokusebenza kaloyo omgumkhulumeli kahulumeni uJimmy Manyi, kusho iPhalamende ngoMsombuluko.

"Inkontileka kaManyi iphele mhlaka-25 Agasti 2012, ngemuva kokusebenza iminyaka emithathu egcwele," kusho isitatimende sePhalamende.

UManyi wabe eyisikhulu esiphezulu kwaGovernment Communication and Information System (GCIS) futhi ekhulumela iKhabhinethi.

"UManyi wenze umsebenzi oncomekayo ngesikhathi esebenzela uhulumeni, umengameli udlulisa ukubonga, kanjalo neKhabhinethi, kusho uNgqongqoshe uCollins Chabane.

UChabane uqoke uPhumla Williams ukuthi angene ezicathulweni zikaManyi kuze kuba isikhalala sivalwa ngokugcwele.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-17°C Showers late. Partly cloudy. Cool. Pta: 17-28°C Showers early. Morning clouds. Warm.
Jhb: 16-23°C Showers early. Morning clouds. Mild. Bloem: 13-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 19-23°C Showers early. More sun than clouds. Mild. PE: 12-21°C More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...